EMAKHOSINI PRICE LIST.
EMAKHOSINI ENDLONDLO UMNGOMEZULU.
Uma ungena uyahlambuluka NGO R2,50c.
Uma uzohlola EMAKHOSINI uphatha isibani esimhlophe no-R100.
Uma Uzobusisa amanzi amafutha uR20.
Ukumisa iladi emakhosini uR950.
Ukumisa iladi lasolwandle uR1,150.
Ukumisa iladi lasemfuleni uR1,250.
Ukumisa iladi lasentabeni uR1,100.
Ukumisa amagobongo uR2,400.
Ukuphothulwa amagobongo R2,200.
Ukugeza isidalwa uR1,500.
Ukungenisa isidalwa ekhaya R5,500.
Ukuvala amanzi amanyama R4,200.
Ukulungisa umsamo uR1,900.
Ukubethela ikhaya uR3,800.
Ukulungisa imimoya uR2,700.
isimo sokuzalwa umbethe uR2,500.
Ukugezwa amathunzi uR1,200.
Ukulalwa isilwane uR9,50.
Ukuvula izinhlanhla uR1,100.
Ukuqiniswa uR800.
Ulinda wezitha, wesithunywa, wemimoya.. UR90.
Ezokwakha umuzi uR350.
Iziqabo uR100.
Ukhamba lesithunywa uR2,200.
Izikhafulo uR400 - 550.
Ukukhuphula idlozi R2,300.
Ezabasha uR400.
Thokoza mkhulu mina ngibenenkinga kodwa ngiseMtata ngicela ukubuza ukuthi ungangixazululela nge foun noma kuphoqelekile kuthi ngize kuwena noma ngingazi kuthi umuphi nendawo.
ReplyDeleteThokoza mkhulu mina nginenkinga yokuphupha ngembhethe nomlunngu imhlophe ngiyaya kubathandazi bathi nginesilwane sengigezwe angazi kangaki kodwa lento kayisuki kimi angisazi kufanele ngenzenjani.kwathi ekulaleni kwami ngaphupha umuntu ethi kimi wena usuzame zonke izinto ugezwa wenziwa yonke into kanti wena kunewele lakho owazalwanalo lentombazane manje lithi awulinakile awulilungiseli izinto zalo wathaza lomuntu wathi usungaze kuthiwa unesilwane kathi cha iwele lakho ngoba wena wazalwa wembethe manje izinto zami zihlakazekile imali ayihlali esandleni ngisezikweletini ezinzima manje angazi ukuthi ngingasizakala kanjani lento isingixabanisa ngisho nomakoti wami ngoba isingibulala nemizwa ngicela ukubuza ukuthi ngingasizakala kanjani

ReplyDeleteNginobufakazi ikhona ngicela usizo phone numbers
ReplyDeleteMolo mkhulu i dont know what to do know because abantwana bi bazelwe bambathile ingobo manje giyenzeni ga le ngobo mkbulu
ReplyDeleteNgicela inamba ngifisa ukuza ngizohlola
ReplyDelete