Isiwasho inkazimulo Get link Facebook X Pinterest Email Other Apps May 09, 2017 Lesi esikhanyisa izinto zakho zibe nemphumelelo nawe uthandeke ukhazimule siyakugeza kusuke nezichitho kuwe. Get link Facebook X Pinterest Email Other Apps Comments Unknown12 June 2019 at 04:54Help to bring back isiphiwo sam edlozini ReplyDeleteRepliesReplyAdd commentLoad more... Post a Comment
UKUZALWA WEMBETHE May 09, 2017 UKUZALWA WEMBETHE. Kuyini ukuzalwa wembethe kusuke lapho kuzalwe umuntu embethe isipho esithile asiphiwe abakubo ukungaba yisipho sokuba aphile ngaso. Zihlukene ngezigaba leziphiwo umuntu aphiwa zona ngabakubo noMvelinqngi ezinye zazo leziphiwo esokuba nencebo, ukukwelapha, ubuthandazi, njalo njalo!!!. Umuntu ozalwe embethe noma engaxile lowo muntu usuke engumuntu oneNhlahla ayiphiwe abakubo bahlukebe izigaba ezinthathu labantu. 1.OZALWE ENQWAMBILE. Lolu uhlobo lwabantu abasuke bengabantu abanikwe isiphiwo esiphathelene nesokusiza abantu okungaba uMthandazi, Isangoma, Inyanga. Lolu hlobo lwabantu lubonakala ngokuba luthi luzalwa lube ligaxile noma linqwambile nje ngesangoma kuyaba yithumbu leli elisuke lixhumane naye nonina ngisuke linqwambe kuye njengoba usuke ubona isingoma omunye bese embatha ngaphezulu okuyingubo. 2.OZALWE EFAKE UCU EMQALENI. Lolu uhlobo lwabantu olusuke lugaxile emqaleni okuluhlobo lwabantu abanikwe incebo ayiphiwe abakubo ngoba basuke ... Read more
EMAKHOSINI PRICE LIST. May 09, 2017 EMAKHOSINI ENDLONDLO UMNGOMEZULU. Uma ungena uyahlambuluka NGO R2,50c. Uma uzohlola EMAKHOSINI uphatha isibani esimhlophe no-R100. Uma Uzobusisa amanzi amafutha uR20. Ukumisa iladi emakhosini uR950. Ukumisa iladi lasolwandle uR1,150. Ukumisa iladi lasemfuleni uR1,250. Ukumisa iladi lasentabeni uR1,100. Ukumisa amagobongo uR2,400. Ukuphothulwa amagobongo R2,200. Ukugeza isidalwa uR1,500. Ukungenisa isidalwa ekhaya R5,500. Ukuvala amanzi amanyama R4,200. Ukulungisa umsamo uR1,900. Ukubethela ikhaya uR3,800. Ukulungisa imimoya uR2,700. isimo sokuzalwa umbethe uR2,500. Ukugezwa amathunzi uR1,200. Ukulalwa isilwane uR9,50. Ukuvula izinhlanhla uR1,100. Ukuqiniswa uR800. Ulinda wezitha, wesithunywa, wemimoya.. UR90. Ezokwakha umuzi uR350. Iziqabo uR100. Ukhamba lesithunywa uR2,200. Izikhafulo uR400 - 550. Ukukhuphula idlozi R2,300. Ezabasha uR400. Read more
Help to bring back isiphiwo sam edlozini
ReplyDelete