UKUZALWA WEMBETHE
UKUZALWA WEMBETHE.
Kuyini ukuzalwa wembethe kusuke lapho kuzalwe umuntu embethe isipho esithile asiphiwe abakubo ukungaba yisipho sokuba aphile ngaso. Zihlukene ngezigaba leziphiwo umuntu aphiwa zona ngabakubo noMvelinqngi ezinye zazo leziphiwo esokuba nencebo, ukukwelapha, ubuthandazi, njalo njalo!!!. Umuntu ozalwe embethe noma engaxile lowo muntu usuke engumuntu oneNhlahla ayiphiwe abakubo bahlukebe izigaba ezinthathu labantu.
1.OZALWE ENQWAMBILE.
Lolu uhlobo lwabantu abasuke bengabantu abanikwe isiphiwo esiphathelene nesokusiza abantu okungaba uMthandazi, Isangoma, Inyanga. Lolu hlobo lwabantu lubonakala ngokuba luthi luzalwa lube ligaxile noma linqwambile nje ngesangoma kuyaba yithumbu leli elisuke lixhumane naye nonina ngisuke linqwambe kuye njengoba usuke ubona isingoma omunye bese embatha ngaphezulu okuyingubo.
2.OZALWE EFAKE UCU EMQALENI.
Lolu uhlobo lwabantu olusuke lugaxile emqaleni okuluhlobo lwabantu abanikwe incebo ayiphiwe abakubo ngoba basuke bemupha ukuthi akwazi ukuvusa muzi wabo. Lolu hlobo lwabantu lubonakala ngokuba luthi luzalwa lube ligaxile lapha emqaleni okulithumbu leli elisuke lixhumane naye nonina. Leso senzo izazi zasedulo zikufanisa nomuntu osuke efake umgexo okhomba ukuba injinga.
3.OZALWE ESESIKWAMENI NOMA IVEYILI.
Lolu uhlobo lwabantu olusuke lufihlekile kakhulu bangabantu abaphethwe izidalwa bangabantu abakhulu empilweni abanephumelelo yonke into abayizamayo iyaphumelela. Lolu uhlobo lwabantu lubonakala ngokuba luthi luzalwa lube sesikhwameni okuyilapho asuke elondolozwe khona isidalwa. Loluhlobo lwabantu bangabantu bezinhlanhla.
Umunye umuntu uzozibuza ukuthi ukuze umuntu azalwe embethe kwenzeka kanjani. Kwenzeka kanje kuyakuthi lapha uma unina ngenkathi ekhulelwa okhalweni lakhe kusuke ekhulelwe amawele bese ukuthi lapho kusaqala khona isigaba sokuba umuntu abumbheke uqale abe yihluli noma iqanda asuke emabili esiswini sika Nina leli elilodwa liyafa noma liyenda bese kusala leli lelilondwa kuhlangana yaleli bese ukuthi leli elinye selihlakazeka sembathe leli elinye suyothi uma uzalwa uzalwe uphakathi kwengubo noma iveyili. Uma uzalwe uyiwele kuyenzeka ube ngumfana kuyenzeka ube intombazane yingakho kuthiwa izinto zakho azihambe ngazimbili. Angenze isibonele uma uthenga ibhulukwe nomaisikibha kufanele thenge okumbili noma kungefane kwesinye isikhathi liyafika kuwe ngephupho lifune ingama okunye uma uyintombazane lifune nokukhuliswa uma usumdala nase usuze wathomba ngokuthi lwenzelwe usiko lomhlonyane. Umabuyinsizwa wazalwa wembethe kanti wembethe newele lomfana mzukwana unganwa uNkosikazi zokuqala akuyena kwakho ungowewele lakhe. Kumele kusukuela kuthethwa ubulandu kushiwo ukuthi lona oganwayo uyiwele ukumele umakoti Abe izinto ezihamba ngakubili zikaMkhenyane.
IZINKINGA ZESEMBATHO ESINGALUNGISIWE.
Uma umuntu ezalwe ekulesigaba sokuqala wase engasilungisi simdalela izinkinga eziningi kakhulu uma waye ngumuntu okulesigaba sokuqala engikhukume ngaso umunye uze ayothwasa kanti bekudingeka ukuba alungisi lesisimo omunye athwase aqede kodwa umsebenzi uvaleke kanti indaba isekutheni kufanele alungise ingubo yakhe. Uma umuntu ezalwe ekulesigaba sesibili izinto zakhe ziba nezinkinga uthole ukuthi usenamabhizinisi nezimonto kuhambe kuvela kushabalale konke umunye kufe izimonto kuphele imali izinto zakhe zihlakazeke. Ungaze usole abathakathi kanti indaba ilapha ekutheni awusilungisa isembatho sakho. Uma umuntu ezalwe ekulesigaba sesithathu naso uma ungasilungisile simdalela ezinkulu izinkinga uphendukelwa izinto nabantu imizamo yakhe yonke ayiphumeleli zonke izinto zakhe ziyahlakazeka. Imali ayihlali esandleni abantu bayambalekela nezinto zakhe kuningi izinto ezimvelelayo. Ziningi kakhulu izinto eziba vukelayo noma eziba uhlupho ezimpilweni zabo ngoba isidalwa sisuke sesicunukile ngoba sisuke sesikunikile izinto kodwa wena ungazilungisi izinto zakho usuke ungumuntu osesikhupheni okufanele wembulwe kubongwe nasedlozi ngesiphiwo esikuphile sona.
UKULUNGISWA KANJANI UMA WAZALWA WEMBETHE.
Uma usufuna ukulungisa lesisimo sokuzalwa kwakho wembethe ubuyise isembatho sakho nezinhlanhla zakho kufanele ulungise lokhu okulandelayo. Uthenga izimbuzi ezimbili eyokuqala eyokushweleza emadlozini ukuthi kwalahleka ingubo yenhlanhla yakho bese kukhulunywa kuthiwe emsamo ngayo lembuzi Nina nonsibani bani sicela ukuvusa lengubo yalomntwana besho igama lakho kanye neziNhlanhla zakhe owazalwa nazo kuyothi uma seqedile akusho lokho ihlatshwe sekuthathwa umhlwehle wayo wembathiswe wona emahlombe lapho emsamo kubhekwe khona konke ukudla kwesintu ukuzodliwa ngakusasa nawe ulale khona kulendlu. Bese kulayithwa izibani ezimhlophe eziwu 7 nesiblue 1 nseiYellow 1. Uma sezimiswe lezibani zeladi bese ukumiswa ukhamba lwakho ozuluphahla ucele kulo izinhlanhla kulolu khamba kufakwa imithi emhlophe yezinhlanhla kulo. Lolukhamba lwakho uliphahla kathathu uliphahla ngenkathi bekwenzela lomsebenzi bese uvuka ekuseku ngo12 uliphahle futhi uphinde uliphahle ekuseni ukuwenza izinsuku ezimbili lokhu. Kuvukwe ekuseni kuphekwe lembuzi bese ufakwa isiphandla esandleni sokuhla okuwuphawu lobubuyiswa kwezinhlahla zakho. Bese ngalesikhathi kwenzeka konke lokhu wena uhleli kulendlu yangephezulu emsamo njengomuntu ongonqile uphuma ngoba kukhona into ekuxhinayo uhlezi nomhlwehlwe wakho. Kudliwe ukudla sekothi ntambama sekuthathwa lembuzi yesibili sekuthiwa ngalembuzi emsamo siyabonga kunina basekutheni nisho isibongo ngokuthi lapha ekhaya kuzelwe ingane yenhlahla sesiyayicelela niyifumbathise izinhlanhla zayo besicela ukumebula umntwana lengubo yakhe enimbathise yona sesicela ukuba izinto zakhe zikhanye bese kusikwa ithebe lawo lomhlwehlwe uhlanganiswe nemphepho ushiswe uhongeliswe wona ucele izinhlanhla. bese iyahlatshwa lembuzi iphekwe idliwe khona namhlanje. Kuphele zonke izinto bese uyaphahla ngelezikhathi obuphahla ngazo izolo bese izikhamba uzichithe lapho kwazi khona wena ukuze bengakuphenduleli izinto zakho abakhukhuli. Sezokhanya zonke izinto zakho nezikinga bekade zikhona zophela zonke.
Uma ufuna ukulungiselwa indaba yokuzalwa wembethe ukhona umkhulu uNdlondlo Mngomezulu ungamfonela kulenumber 0630313496 akusize.
Ngisacela ukubuza uzibona kanjan ukuthi wawembethe uma umama engabonanga yena ngenkathi ekuteta
ReplyDeletethokoza dlozi.nginenkinga ngibiza isibongo sika mama kodwa ngacaba izinhlanga zakwa baba ngamanye amazwi ubaba akahlawulanga. ngithe ukuhamba kwesikhathi ngaya kumuntu obonayo ngathola ukuthi ngazalwa ngembethe angikholwanga okokuqala kodwa ekuhambeni kwesikhathi ngaya nakwa banye abahloli ngathola okufanayo.
ReplyDeleteangazi ukuthi ngimbathiswe nguban
Angazi baba ukuthi ngingaphansi kwaluphi uhlobo lokumbatha kulezi ozibalile ngoba umama uthi akabonanga kodwa kuyaphuma uma ngiyohlola. Ayikho into yami elungayo ngifundile lutho umsebenzi
ReplyDeleteYebo bhuti uma uthi ubaba wakho akahlawulanga kufanel nje ubuyele esibongweni sikamama izinto zakho zolunga
DeleteThokoza
ReplyDeleteNami ngingomunye okuthiwa wazalwa embethe but Inkinga umama akashadile and aka I nokuthi ngazalwa ngimbethe nano Kuthi ngangimbethe hlobo luni kule I eziwu 3
Manje kuvele kube sengathi ngihanjwa ubukhuphe, my car (new) ifa njalo, indlu ayifuni ukupheka and worse nemali iphelela esandleni
Anyone who can help me plz
I tried Ndlondlo mngomezulu's numba but ayingen
My contact detail:0833501924 (WhatsApp)
Mkhulu ngicela ukubuza ngoba ukubeke kwazwakala awukwazi yini Uma kukhona abadala ekhaya ukuty bakwenze konke lokhu uthenge imithi yokuphahla ngicela ungichazele mkhulu ngiyabonga
ReplyDeleteAke ngikulindise nami ngiyafisa ukwazi ukuthi into edinga egobela or umuntu omdala okhona ekhaya engakwazi ulukwenza
DeleteThokoza
ReplyDeleteMina nginenkinga umyeni wami kuthiwa wazalwa embhethe. Sixabana mihla namalanga sengize ngabuyela ekhaya. Akwenzeki lutho uma enemali uyahamba abuye engesenayo. Kuze kube sengathi ugula nangekhanda uma sekumficile. Konke okuhle aba nakho uyakudayisa. Inkinga umama wakhe akafuni ukumlungisela ubele akutshele ngabanye anantwana bakhe ukuthi nabo bazalwa bembethe. Ngicela usizo. Ngyabonga
Acdsee Pro 2020
ReplyDeleteMina ngicela ukubuza ukuthi ngabe kuliqiniso yini ukuthi uma wazala ingane yathula yangakhala kodwa yawhubeka yaphila isuke kade yembethe
ReplyDeleteThokoza Khehla, ngisanda kuthola ukuthi nami ngingomunye owazalwa embhethe ivele mangiyohlola ngoba izinto zami zivaleke kumnyama konke engikuzamayo sengathi kuvaleka kakhulu nama business ayahlakazeka, ngathi ngizama okunye kwafika mina kuvele kuvaleke izinto zihambe kancane. Angazi khehla ukuthi ngingasizakala name?
ReplyDeleteMkhulu , nami uMama uthi ucabanga ukuthi ngazalwa ngembethe . Kephi angazi isiqiniseko ngingasithola kanjan
ReplyDeleteMkhulu ngicela usizo lwakho nginomtwana owaphuma embhethe and ingubo yakhe ngabuya nayo.uthe methi 1yr ngathola omunye umthandazi wathi angithenge imbuzi nezinto zeladi sizombika ngakwenza lokho.manje inkinga since ngakwenza angiwuboni umehlukho kumntwana akanayo leyonhlanhla ngisho ecela kubo kababa wakhe nakuye ubabawakhe izinto abamenzeli kodwa lezi ezinye azalwa nazo zyathandwa ziyenzelwa and una 14yrs manje.and nasekhaya komalume langizalwa khona sinenkinga yomsama manje nje ikhona ihlezi angazi ngingayembula kanjani
ReplyDeleteSawbona mina ngazalwa nginqwambile kodwa ugogo wami wayigqiba egcekeni owami unqwambo ngoba ngazalelwa ekhaya kodwa nginayo inhlansi yenhlanhla inkinga undlelwano engiba nabo abuhlali iskhathi eside ngingenzenjani
ReplyDeletengithole ingane ezelwe imbethwe manje ngihlala nomawayo ekhaya ngoba kubo kwa mama sebashona boke futh akusasele muntu. uma ngifuna ukuyenzela izinto zayo ngizokwenza njan
ReplyDeleteVirtual Dj Pro Crack
ReplyDeleteVmware Workstation Pro Crack
Cracks
Driver Booster Pro Crack
Avg Antivirus Crack
Luxion Keyshot Pro Crack
good work
ReplyDeletehttps://freecrackkey.com/wysiwyg-web-builder-crack-2021/
https://freecrackkey.com/lightworks-pro-crack-2021/
https://freecrackkey.com/microsoft-office-365-crack-with-product-key-lifetime-2021/
https://freecrackkey.com/microsoft-office-2016-crack-lifetime-license-key-free/
Great post. I really like this post very much. This post gave me a lot of information on this topic. Keep it up and keep sharing this type of useful information with us.
ReplyDeletekmspico windows 10 torrent
bluebeam revu product key
pdq inventory download
deskscapes product key
airparrot torrent
I have seen your writing skills. Your writing skills are very amazing. I also like your writing skills very much.
ReplyDeleteI think you are a heavy and an old blogger. Keep it up and keep sharing this type of posts with us.
ntlite crack
nordvpn crack
reaconverter crack
reason crack
chrispc videotube downloader pro crack
Crack Like
This is Very Great and Helpful.. I have seen your writing skills. Your writing skills are very amazing. I also like your writing skills very much. I think you are a heavy and an old blogger. Keep it up and keep sharing this type of posts with us.
ReplyDeleteCorel Draw X7 Keygen
Windows Movie Maker Crack
That is a very good tip especially to those new to thhe blogosphere.
ReplyDeleteBrief but very precise info… Appreciate your sharing this one.
A must read article!
bandicam keymaker
pdq deploy pro license key crack
cyberghost serial key
plagiarism checker x torrent
avast internet security crack
Crack Like
it upholds duplicating to and sticking from any of these markup dialects. MathType Full Crack backings condition numbering and designing conditions, reordering HTML labels, and then some. Postman 9.2.0 Crack
ReplyDeleteI am very happy to see this fantastic information,that is really a good for mine.https://crackdue.com/farming-simulator-21-crack-free-download/
ReplyDeleteThe overview of your website is really amazing, not to mention what it does.https://hdlicense.net/indiafont-crack/
ReplyDeleteMainStage Crack
ReplyDeleteThe Foundry Nuke Studio crack
Brave Browser crack
Passmark BurnInTest Pro Crack
VSDC Video Editor Pro Crack
Proteus Crack
360 Total Security Crack
I am very thankful for the effort put on by you, to help us, Thank you so much for the post it is very helpful, keep posting such type of Article.
ReplyDeleteDuplicate Cleaner Pro Crack
Lumion Pro Crack
This is an excellent blog with loads of useful information.
ReplyDeleteRC-20 Retro Color
Your site has provided us with a plethora of information that we can use to our advantage. https://easyserialkeys.com/jetbrains-pycharm-professional-crack/
ReplyDeleteI am very impressed with your post because it is very useful to me and provides me with new information. This blog has a lot of information, and there's a lot more to learn from your post. I appreciate the time and effort you put into writing this page.
ReplyDeleteWondershare Filmora Crack
Leawo DVD creator Crack
Edraw Max Crack
VSO convertxtodvd Crack
Movavi video suite Crack
typing master pro crack is a very intuitive learning program. The main objective of the website is to provide a comprehensive package of classes, exercises, tutorials, and tests. The best method for mastering expert typing is to practice typing. It can most likely be argued that the 3 kinds of classes constitute one of its most important assets.
ReplyDeleteteamviewer crack
camtasia studio crack download
unity pro crack
I guess I am the only one who comes here to share my very own experience guess what? I am using my laptop for almost the past 2 years.
ReplyDeleteadina-system crack
nch-photopad-image-editor Crack
zemax-opticstudio Crack
redcrab-calculator-plus Crack
wondershare-mobiletrans Crack
I am very thankful for the effort put on by you, to help us, Thank you so much for the post it is very helpful, keep posting such type of Article.
ReplyDeleteIDM Crack Free Download
IOBIT Uninstaller Pro Crack
WinRAR Crack
WinZip Pro Crack
I am very thankful for the effort put on by you, to help us, Thank you so much for the post it is very helpful, keep posting such type of Article.
ReplyDeleteAutoCAD 2016 Crack
Smadav Pro Crack
Whatsapp Sender Crack
UltraISO Crack
Ngiyabonga kakhulu kudala ngizungeza izwe ngingakutholi ukuphumula. Ooo we ngaze ngahlupheka emhlabeni.
ReplyDeleteNgizelwe ngeMbethe kuye abangithselanga lutho ngesinxele ngangifumbethe ngivele ngiyinxele. Amatshe omnotho ayangilandela la ngihamba khona akuna mpumelelo. Nge mnyaka se ngina 49 yokuzLwa. Ingubo yantshontshw la ekhaya benzela izibaya zabo ngingobaleka ne mpilo yami. Ngoba befuna ngifile.
Bonke ababe hlose ukungibulala bashone be xolisa kodwa akubasizanga lutho.nasekhaya angisayi ngikhethe ukufela kude nabo.
ReplyDelete